[Chorus]
Sithandwa sam', ngifuna wena (Lovie wami)
Eduze kwam (Bamb’ isandla sam)
Zungangishiyi nanini na, nanini na
Sithandwa sam', ngifuna wena (Lovie wami)
Eduze kwam (Bamb’ isandla sam)
Zungangishiyi nanini na, nanini na
[Post-Chorus]
Akha khona la
Hlal’ ukhululek', ukhululek', ukhululeke
(Hlala khona la)
Nhliziyo ilinxiwa lakho
Vel’ unethezeke (Bamb’ isandla sami)
Zungangishiyi nanini na, nanini na
Akha khona la
Hlal’ ukhululek', ukhululek', ukhululeke
(Hlala khona la)
Nhliziyo ilinxiwa lakho
Vel’ unethezeke (Bamb’ isandla sami)
Zungangishiyi nanini na, nanini na
[Verse 1: Nomfundo Moh]
Ngibon’ umhlab’ umile
Mawngekho ang’ncumile
Ngawe ngjabulile
Nedlozi livumile
Mina ngizobekezela, bekezela
Indlela inameva kepha sizophumelela
Kuwe ngizothembeka
Asisekh’ isizathu sokbuyel’ emva
Sithandwa sam', ngifuna wena (Lovie wami)
Eduze kwam (Bamb’ isandla sam)
Zungangishiyi nanini na, nanini na
Sithandwa sam', ngifuna wena (Lovie wami)
Eduze kwam (Bamb’ isandla sam)
Zungangishiyi nanini na, nanini na
[Post-Chorus]
Akha khona la
Hlal’ ukhululek', ukhululek', ukhululeke
(Hlala khona la)
Nhliziyo ilinxiwa lakho
Vel’ unethezeke (Bamb’ isandla sami)
Zungangishiyi nanini na, nanini na
Akha khona la
Hlal’ ukhululek', ukhululek', ukhululeke
(Hlala khona la)
Nhliziyo ilinxiwa lakho
Vel’ unethezeke (Bamb’ isandla sami)
Zungangishiyi nanini na, nanini na
[Verse 1: Nomfundo Moh]
Ngibon’ umhlab’ umile
Mawngekho ang’ncumile
Ngawe ngjabulile
Nedlozi livumile
Mina ngizobekezela, bekezela
Indlela inameva kepha sizophumelela
Kuwe ngizothembeka
Asisekh’ isizathu sokbuyel’ emva
Comments (0)
The minimum comment length is 50 characters.