[Verse: Sjava]
Ngiyakhumbula, ngisakhula
Konke okwenzakala emplweni yami manje kuseyiphupho, ngisaphupha
Ngang'hlale njalo ngiguqa phansi ngedolo
Ngicela enkosini, ngithandaza (Ngithandaza)
Nkosi ngigcinele umama
Abone impumelelo yami esaphila
Naye ajabule athi "Ning'bona ngiphila impilo engcono, Umntanami (Amandl' omntanami)
Yonke imthwalo engangiyithwele yenhlupheko, ngathulwa umntanami"
[Chorus: Sjava]
Ngibongiseni, ngibongiseni
Ngibongiseni, ngibongiseni
Ngibongiseni, ngibongiseni, ngibongiseni
Ngibongiseni, ngibongiseni (Ngibongiseni)

Comments (0)
The minimum comment length is 50 characters.