0
Izibusiso - Nomfundo Moh
0 0

Izibusiso Nomfundo Moh

Izibusiso - Nomfundo Moh
[Intro]
Ngiyacela ngomusa nentobeko
Cel' ungakhohlw' umngan wam'
Cel' ungalibali umakhelwane wami

[Chorus]
Baba maw'busisa mina namhlanje
Ngiyacela ngomusa nentobeko
Cel' ungakhohlw' umngan wam'
Cel' ungalibali umakhelwane wami
Kwakhon' uk'vuka kwami namhlanje, hay' ngoba ngingcono
Cel' ukhumbul' umndeni wami
Cel' ukhumbul' abazali bami
Baba maw'busisa mina namhlanje
Ngiyacela ngomusa nentobeko
Cel' ungakhohlw' umngan wam'
Cel' ungalibali umakhelwane wami
Kwakhon' uk'vuka kwami namhlanje, hay' ngoba ngingcono
Cel' ukhumbul' umndeni wami
Cel' ukhumbul' abazali bami

[Verse]
Ngeliny' ilanga ngahlangana nekhehla esel'the ukukhul' imnyaka
Lathi 'Zwana mntanami ngimdala ey', eh mntanami ngimdala (Ngiy'ntshebe)"
Zwana ngami ngimdala ey, eh mntanami ngimdala
Emhlabeni kuyaphiliswana
Akho qili lay'khoth' emhlane
Amagagasi awalingani
Maw'nceda omunye kuwe kukhul' unhlakani
Uk'lul' isandla kunobusiso phakathi
Ngoba two, two is better than one
Yebo, aw' bathi "Kubamb' ezingelayo, kodwa nesandla ephayo sibusisiwe kunaleso esamukelayo"
Masibambane yeah
Comments (0)
The minimum comment length is 50 characters.
Information
There are no comments yet. You can be the first!
Login Register
Log into your account
And gain new opportunities
Forgot your password?