[Chorus: Lwah Ndlunkulu]
Angek'uphumelele usaphika nabantu
Asoze uphumelele usaphika nabantu
Angek'uphumelele usaphika nabantu
Asoze uphumelele usaphika nabantu
Angek'uphumelele usaphika nabantu
Asoze uphumelele usaphika nabantu

[Verse 1: Lwah Ndlunkulu]
Bazokulahlekisa bekudida abantu ngyabazi
Abafuni ukubona umunt'omnyama enza kahle
Ngob'umona uqal'esweni wehle njani uyenhlizweni
Bazokuhlekisa inhlinini bebe bebona kahl'ukuthi
Kogijim'imfene

[Chorus: Lwah Ndlunkulu]
Angek'uphumelele usaphika nabantu
Asoze uphumelele usaphika nabantu
Angek'uphumelele usaphika nabantu
Asoze uphumelele usaphika nabantu
Angek'uphumelele usaphika nabantu
Asoze uphumelele usaphika nabantu

[Verse 2]
Phel'injobo ithungelwabandla
Nemini liyabon'ububende
Zabalaza, qinisa la okholelwa khona
Isikhali sokulwa nezitha impumelelo
Angeke uphumelele mawngaphika ngezinkulumo zabantu
Comments (0)
The minimum comment length is 50 characters.
Information
There are no comments yet. You can be the first!
Login Register
Log into your account
And gain new opportunities
Forgot your password?