
Buya Nkosi Jesu Ncandweni Christ Ambassadors
На этой странице вы найдете полный текст песни "Buya Nkosi Jesu" от Ncandweni Christ Ambassadors. Lyrxo предлагает вам самый полный и точный текст этой композиции без лишних отвлекающих факторов. Узнайте все куплеты и припев, чтобы лучше понять любимую песню и насладиться ею в полной мере. Идеально для фанатов и всех, кто ценит качественную музыку.

Nkosi kanti koze kubenini hee ukuba ulandi bandla lakho
Sithi salubuya Baba buya Nkosi Jesu iye
Uzolanda ibandla lakho
Nkosi, kanti koze kubenini hee ukuba ulandi bandla lakho
Sithi salubuya Baba buya Nkosi Jesu iye
Uzolanda ibandla lakho
Sithi salubuya Baba buya chawe lezulu
Uzolanda ibandla lakho simele wena
Sithi salubuya Baba buya Ngonyama Yezulu
Uzolanda ibandla lakho
Okhokho bethu Nkosi yami abasendulelayo
O Danyela nabo Stefane nabo bayamemeza
Bathi salubuya Baba buya mpande kaDavide
Uzolanda ibandla lakho
Hhawu! ithuna labo Davide okhokho bethu
Nalo lisekhona khona phanse mhlabathini
Nabo bayamemeza bathi salubuya Baba buya mpande kaDavide
Uzolanda ibandla lakho bakulindele
Salubuya Baba buya chawe lezulu
Uzolanda ibandla lakho
Empumalanga kuyabheja kuyasa
Nemisebe seyibonakele salubuya Baba
Buya Ngonyama Yezulu hhawu
Uzolanda ibandla akho
Nemihele yokuza kwakho izwakele emadlebeni
Kanti futhi seyibonakele hhawu
Salubuya Baba buya mpande kaDavide
Uzolanda ibandla lakho salesewubuya Nkosi Jesu
Sithi salubuya Baba buya Ngonyama Yezulu iyee
Uzolanda ibandla lakho
Sithi salubuya Baba buya Nkosi Jesu iye
Uzolanda ibandla lakho
Nkosi, kanti koze kubenini hee ukuba ulandi bandla lakho
Sithi salubuya Baba buya Nkosi Jesu iye
Uzolanda ibandla lakho
Sithi salubuya Baba buya chawe lezulu
Uzolanda ibandla lakho simele wena
Sithi salubuya Baba buya Ngonyama Yezulu
Uzolanda ibandla lakho
Okhokho bethu Nkosi yami abasendulelayo
O Danyela nabo Stefane nabo bayamemeza
Bathi salubuya Baba buya mpande kaDavide
Uzolanda ibandla lakho
Hhawu! ithuna labo Davide okhokho bethu
Nalo lisekhona khona phanse mhlabathini
Nabo bayamemeza bathi salubuya Baba buya mpande kaDavide
Uzolanda ibandla lakho bakulindele
Salubuya Baba buya chawe lezulu
Uzolanda ibandla lakho
Empumalanga kuyabheja kuyasa
Nemisebe seyibonakele salubuya Baba
Buya Ngonyama Yezulu hhawu
Uzolanda ibandla akho
Nemihele yokuza kwakho izwakele emadlebeni
Kanti futhi seyibonakele hhawu
Salubuya Baba buya mpande kaDavide
Uzolanda ibandla lakho salesewubuya Nkosi Jesu
Sithi salubuya Baba buya Ngonyama Yezulu iyee
Uzolanda ibandla lakho
Комментарии (0)
Минимальная длина комментария — 50 символов.