0
B.I.S 2 (Before ISingle 2) - Zakwe
0 0

B.I.S 2 (Before ISingle 2) Zakwe

B.I.S 2 (Before ISingle 2) - Zakwe
[Verse]

Bathi Zakwe ngenelela iphumile esporweni
Gada kungaze kukhale insimbi, izingane ziphume eskolwen
Iphumile ekhoneni, i-beef, ayiqhululwe ogqokweni
Ngiwathanda womabili lamadoda, Gogo Skhotheni
Injalo, usiba lungenhla, azibuyele ekubhaleni
IFlow isayindathane, angani iBorehole imbiwe ebaleni
Sayiqobola ezintabeni, ibandla layivuma emgedeni
Nganijova kudalo, ngisanganiphinda, okwe Pfizer enyameni
Asifele khona, ezama jongo, zikhuphula amasongo
Sekukhuluma igoso, loyo umthombo, othembekile uqobo
Owayewu Mageza ngetogo, omunye uMageza ngesbongo
Mina uMageza ngochopho, akorobhe zonke izibhicongo
Ikanje, ibize ngikufukula, sonke sibona
Sayishayela ihlombe, kanti ngapha ithanda ukuhlokoza
Umkhonto ugwaze ekhaya, kumele siwuvale lo mkhokha
Ozosishayela udaka la, si-emende bese ziya khonka

Vele ngiyahlofa, abakaze bangibize kakade
Sengaze zibulalane ngikhona, ngikakaze ngifakaze
Bathi angimise uSkuva, inqola ingaze uphaphalaze
Abanye bathi angimise uZulu, nje nami angisazi Simakade
Abantu bathi why ungamthintanga uZakwe mawu dissa
I mean, kwaba balile, uyibalile neyinkinga ezami dina
No Maguluva akamufakanga uJenene mayi spitta
Mina elami ijoko, ukuthi kuqaqeke ifindo abalitsinya
Angeke ngi pick ama sides, ngiyekele i-main course
Of the problem, mhlambe izolunga but angeke ngi-force
Ngisuka kude nabo, lento ithanda uku exhaust
Ngizoyingena nge 3 njengoba Tshatha no Selbeyonce
Comments (0)
The minimum comment length is 50 characters.
Information
There are no comments yet. You can be the first!
Login Register
Log into your account
And gain new opportunities
Forgot your password?