[Chorus: Nomfundo Moh]
Kudala saqala ukudlala lomdlalo soka lami
Kant'uzongilobola nini?
Umama uhlezi njalo engibuza ngawe uy'misele ngani
Kant'uzongilobola nini?
Kudala saqala ukudlala lomdlalo soka lami
Kant'uzongilobola nini?
Umama uhlezi njalo engibuza ngawe uy'misele ngani
Kant'uzongilobola nini?

[Verse 1: Nomfundo Moh]
Funi-contenti nami abazong'lobola
Funi-contenti nami abazong'lobola
Wen' ufununkosikazi nomumashlalisane?
"Nginike iskhathi ngisabeka-beka amarandi"
Kunini waqala wena ulokh'ubeka-beka namanj'akuhlangani?
"Ngixhenge mama uyazi kuyashisa maan"
Njalo-njalo uhlezi ubalekel'iqiniso
Ai wegwala ndini (Gwala ndini)

[Chorus: Nomfundo Moh, Nomfundo Moh & Big Zulu]
Kudala saqala ukudlala lomdlalo soka lami
Kant'uzongilobola nini?
Umama uhlezi njalo engibuza ngawe uy'misele ngani
Kant'uzongilobola nini?
Kudala saqala ukudlala lomdlalo soka lami
Kant'uzongilobola nini?
Umama uhlezi njalo engibuza ngawe uy'misele ngani
Kant'uzongilobola nini?
Comments (0)
The minimum comment length is 50 characters.
Information
There are no comments yet. You can be the first!
Login Register
Log into your account
And gain new opportunities
Forgot your password?