0
Bayavuya - Nomfundo Moh
0 0

Bayavuya Nomfundo Moh

Bayavuya - Nomfundo Moh
[Chorus]
Ngenza ngenze bese ngiyazibuza
“Bavuyil’ abazali na?”
"Bavuyile abazali?"

[Verse 1]
Sizam' im'sebenzi, sihlala kude namakhaya
Akukh’ es'ngakwenzi, kumele ajabule umama
Uyangithwala, uyangeseka
Imikhuleko yakhe yona iyangihlenga

[Pre-Chorus]
Ngenza ngenze bese ngiyazibuza
“Bavuyil’ abazali na?”
"Bavuyile abazali?"

[Chorus]
Baya-vuya? Vuya?
Baya-vuya? Vuya
Baya-vuya? Vuya?
Baya-vuya? Vuya

[Verse 2]
Ohambweni lwakho mhlobo wam', ubobuy’ ume
Uqalaze abazali ngabe bajabule ngawe?
Ngisho ngoba kulul’ ukuphambuka
Uth’ usahamba ngakho kant' uyaduka
Phela imv’edukile iyafunwa
Njengomelusi umzal’ uyokulusa
Comments (0)
The minimum comment length is 50 characters.
Information
There are no comments yet. You can be the first!
Login Register
Log into your account
And gain new opportunities
Forgot your password?